I-SANBS icela kunikelwe ngegazi

2018-03-22 18:00

Durban - AbakwaSouth African National Blood Service ezweni lonke bacela ukuba izakhamuzi zinikele ngegazi njengoba kubhekwe emaholidini ePhasika.

I-SANBS inxuse ukuba abantu ukuba baphume ngobuningi babo beyothekela ngegazi njengoba lizodingeka kakhulu kulesi sikhathi samaholidi.

Bathi igazi elikhona njengamanje KwaZulu-Natal elezinsuku ezingu-1.9 uma kuqhathaniswa nezinsuku eziyisihlanu ezibekiwe.

OLUNYE UDABA:Abakwa-SANBS bacela kunikelwe ngegazi kuyaphuthuma

USifiso Khoza uthe badinga kakhulu igazi lohlobo luka-Group O ezimweni eziphuthumayo.

"Singathokoza ukunikelelwa ngamayunithi egazi angu-4 500. Kungasisiza ukudlula kula maholidi ePhasika," kusho uKhoza.

 - Newswatch

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.