I-SGB ayithokozile ngemiphumela kaMatric eLimpopo

2017-01-21 11:03

Johannesburg - Ibhodi elingamele isikole iGiyane High eLimpopo alithokozile neze ngemiphumela yamatikuletsheni ekhishwe wuMnyango wezeMfundo eyisiSekelo.

Imiphumela yabafundi abasolwa ngokukopela iphepha lezibalo (Mathematics Paper II) lezivivnyo zokuphela konyaka ifike esikoleni ngoLwesihlanu.

OLUNYE UDABA: Sebeyitholile imiphumela abasolwa ngokukopela kaMatric

USihlalo webhodi uDaniel mChauke uthe abagculisekile ngombhalo osesitatimendeni oveza ukuthi imiphumela ilinde kuphothulwe uphenyo.

Leli bhodi elingamele isikole lithi udaba lwemiphumela kusafanele lucaciswe.

Khonamanjalo, abazali babafundi baseNew Era College eMalamulele bathi bajabulile ngokuthi ikilasi likamatikuletsheni wango-2016 liphumelele ngama-60%.

Abafundi balatikuletsheni bathole imiphumela ngoLwesithathu ebusuku kulandela isinqumo senkantolo esiyalela uMnyango wezeMfundo eyisiSekelo ukuba uyikhiphe.

 - SABC

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.