I-Uber iphucwe ilayisensi yokusebenza eLondon

2017-09-22 14:01

London -  UMnyango wezokuThutha eLondon uthathe isinqumo sokuphuca inkampani yakwa-Uber ilayisensi yokusebenza.

Kuthiwa le nkampani izogcina ukusebenza ekupheleni kwale nyanga.

Lesi sinqumo siphazamise abashayeli abalinganiselwa ku-40 000 nokuyinto ezoyilimaza kakhulu le nkampani.

“Indlela yokusebenza ye-Uber kanye nokuziphatha kwayo kubonisa ukungabi nokunakekela nokuba nendaba nezimo eziningi ezihambelana nokuvikeleka kanye nokuphepha komphakathi,” kusho abezokuthutha eLondon.

OLUNYE UDABA:Kuthungathwa umshayeli we-Uber ohlukumeze ngokocansi owesifazane

Le nkampani inelungelo lokufaka isikhalazo ngalesi sinqumo kungakapheli izinsuku ezingu-21, okwamanje ayitholakalanga ukuphawula ngalolu daba.

Akukacaci kahle ukuthi izokwazi na ukuqhubeka nokusebenza ngenyanga ka-Okthoba uma kungukuthi izofaka isicelo sokuphikisa lesi sinqumo.

Le nkampani ithole okukhulu ukugxekwa kuleliya lizwe; kukhalaza izinyunyana, abezomthethi, kanye nabama-metered taxi ngendlela esebenza ngayo.

Nakwamanye amazwe lapho isebenzela khona, izinto azihambi kahle njengoba ziziningi izinkinga okubalwa kuzo ubuqhwaga nokucwaswa kwabasebenzi ngokobulili njengoba kwaze kwaxoshwa umphathi oyingxenye yabasunguli bayo le nkampani uTravis Kalanick ngemuva kokuthi abatshali bezimali basabise ngokuyilaxaza.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.