I-UKZN yenza uphenyo kulandela ukuputshuka kwephepha lezivivinyo

2017-11-16 12:30

Durban - I-University of KwaZulu-Natal (UKZN) isazama ukuthola ukuthi ngubani ungqondongqondo kulandela ukuputshuka kwamaphepha amane ezivivinyo zesifundo sePsychology.

La maphepha asabalala ezinkundleni zokuxhumana ngaphambi kokuba sibhalwe lesi sifundo.

Bangu-1 100 abafundi abazozibhala kabusha izivivinyo zazo, kubalwa nalabo ababhale emasontweni amabili edlule.

Bonke abafundi abenza unyaka wesithathu ezifundweni ze-Psycology e-UKZN bazosibhala kabusha lesi sifundo, njengoba isikhungo sithi lesi yisona sixazululo esikahle.

OLUNYE UDABA:'Kuputshuke iphepha labafundi baMatric'

Abe-UKZN bathi ukuputshuka kwaleli phepha sekudale uvalo kubafundi, abazali nomabhalane kodwa bathi kulokhu kuzobhekisiswa konke okwenziwayo.

Amaphepha amasha ezivivnyo aselungile kanti labo ababebhalisele ukuba babuye bazibhale izivivinyo zabo, lokho kuzoqhubeka ngohlelo.

Abafundi abathintekayo bazokwaziswa ngamalungiselelo amasha.

 - EWN

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.