I-United ibambe umoya ngoWilliams ngaphambi komdlalo obalulekile

2017-11-15 18:01

Johannesburg - Umqeqeshi weSuperSport United, u-Eric Tinkler, kuzodingeka ahlole uRonwen Williams uma esefika eNingizimu Afrika kulandela ukulimala kwakhe ekwiBafana Bafana.

UWilliams, obenesandla ekutheni aMatsatsantsa afinyelele kowamanqamu eCAF Confederation Cup, akahlalanga ngisho ebhentshini emidlalweni yeBafana kulandela ukulimala kwakhe eqakaleni. 

Okwamanje, kusazobonakala ukuthi lo nozinti ulimele kangakanani, kodwa uzohamba neqembu ukuya e-DRC ngoLwesihlanu ngaphambi komdlalo wabo ne-TP Mazembe ozoba ngeSonto ntambama.

OLUNYE UDABA: Angase ashiye iDowns umdlali ongasalitholi ijezi - Umbiko

UTinkler angakwazi nokho ukusebenzisa uReyaad Pieterse uma kugcina ngokuthi akelulami ngesikhathi uWilliams, kodwa imibiko ithi lo mdlali angase alulame ngaphambi komdlalo wabo obalulekile.

ISuperSport izoya kulo mdlalo engekho uMorgan Gould noReneilwe Letsholonyane njengoba bemisiwe ngenxa yamakhadi.

I-United izolibhekisa eDRC ngoLwesihlanu ekuseni.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.