I-United iqinisekise ukusayina kobedlalela i-Orlando Pirates

2017-07-19 09:32

Johannesburg - IChippa United imemezele ukuthi isisayine obengunozinti we-Orlando Pirates, uBrighton Mhlongo, ngesivumelwano seminyaka emithathu, kubika iKickOff.com.

Lo nozinti oneminyaka engu-26 ubudala besekunesikhathi kuqagulwa ukuthi angase ashiye kuleli qembu kulandela ukufika kukaWayne Sandilands kuMabhakabhaka.

OLUNYE UDABA: Usuthu luqinisekise ukujoyinwa owe-Orlando Pirates

USihlalo wamaChilli Boys, uSiviwe ‘Chippa’ Mpengesi, uphunyukile ngempelasonto eqinisekisa ukuthi sesiphothuliwe isivumelwano nalo mdlali ngaphambi kokuthi abuye asihoxise isitatimende sakhe.

Kodwa-ke leli qembu ligcine likuqinisekise ngokusemthethweni ukufika kwalo nozinti kuleli qembu ngesivumelwano esizoze siphele ngesizini ka-2019/20.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.