I-Video: Ufuna izimpendulo umama ngokushaywa ngengane ebhasini

2017-09-18 09:40

Johannesburg – Umama wengane ephila nokukhubazeka komqondo ehlaselwe isebhasini lesikole uthi ufuna izimpendulo ngokuhlukunyezwa kwengane yakhe.

Kuvele i-video iveza ingane ishaywa iphinde ichashwa ngenhlamba ngumuntu othi uMnyango wezeMfundo eGauteng ubengafanele ukubasebhasini.

OLUNYE UDABA: Lizokhele ngomlilo iphoyisa lisekhweni

Ingane ngokuhamba kwesikhathi ibonakala ikhishwa ebhasini ngumshayeli webhasi, yashiywa eceleni komgwaqo.

Umama wengane uthi isikole lolu daba siluthatha kancane.

"Ekuseni ngesikhathi ngiyobikalolu daba esikoleni asizange sikhombise ukubanendaba.”

 ISEXWAYISO: I-video engase ikuphathe kabi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.