I-Vrrr Phaaa ingene yagamanxa obondeni umshayeli edidwa umgwaqo

2017-01-28 18:31

Limpopo - Ingene yagamanxa ngale kobonda imoto ngesikhathi umshayeli ethatha indlela okungeyona elibangise edolobheni.

Lokhu kwenzeke ekuseni ngoMgqibelo kanti le moto yohlobo lwe-Golf GTI ibivele ngesinqa sodwa.

OLUNYE UDABA:Igcine itholakele imoto yomculi kaMaskandi eGoli

Amaphoyisa omgwaqo esifundazweni saseLimpopo athi  lokhu kwenzeke eZanas eduze nomgwaqo omkhulu u-N1 uma uyongena edolobheni iMokopane.

“Le imoto yesibili eshayisa lolubonda esikhathini esingangamahora amane.  Esigamekweni sokuqala umshayeli ubalekile washiya abangibeli abathi belimele emotweni,”kusho amaphoyisa.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.