IBafana izodlala owobungani neZambia

2017-06-07 11:00

Cape Town – IBafana Bafana izitholana phezulu neZambia emdlalweni wobungani ngoLwesibili, mhlaka-13 Juni eMoruleng Stadium, eRustenburg .

Lo mdlalo uzoqala ngo-19:00 kusihlwa.

NgokweSAFA, lo mdlalo uzodlalwa ngemuva kwezinsuku ezimbili iNingizimu Afrika ibuye e-Uyo, eNigeria  nalapho izobhekana khona neqembu lesizwe kuleliya lizwe. Lowo mdlalo uzodlalwa ngoMgqibelo.

OLUNYE UDABA: UBaxter useqoke ukaputeni omusha weBafana

IZambia izoza kulo mdlalo iqeda nje kudlala umdlalo wokuhlungela umqhudelwano we-AFCON neMozambique . Nalo mdlalo uzodlalwa ngoMgqibelo eNdola.

IBafana Bafana kanye neChipolopopo bagcina ukuhlangana ngoJanuwari 2015 eOrlando Stadium. Igoli likaThuso Phala ngomzuzu ka-81 yilona elawinisa leli qembu elalidlalela ekhaya emdlalweni wobungani owawuhlelelwe ukuzilungiselela ngaphambi nje kokuba kuqale umqhudelwano we-2015 Africa Cup of Nations e-Equatorial Guinea.

Lona kuzobe sekungumdlalo wesibili kaStuart Baxter njengomqeqeshi weBafana Bafana selokhu ethathe izintambo kuBafana Bafana.

Amathikithi alo mdlalo asevele aseqalile ukudayisa. 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.