Ibandla lithi akubona abasephutheni, amaphoyisa kamasipala abasukelile

2017-11-14 07:03

Johannesburg - Ongumholi webandla le-Revelation Church of God ukugxeke kakhulu okwenzeke edolobheni laseGoli ngeSonto lapho kuhlaselwe khona iphoyisa likamasipala.

Yize kunjalo uDerrick Sibisi uthi amalungu ebandla asukeliwe engenze lutho.

USibisi ugcizelele ngokuthi mhlawumbe isimo besizophathwa ngendlela ehlukile uma bebethola uxhaso kusukela ehhovisi likaMeya ngba bathumela incwadi yezicelo nezikhalazo ngenyanga edlule.

Lesi sigameko esiqoshwe nge-video esisabalele ezinkundleni zokuxhumana ibonisa iphoyisa likamasipala kanye nozakwabo bedonsa imoto ebipake ngokungemthetho nokuyimoto yelungu laleli bandla.

OLUNYE UDABA:Kubulawe iphoyisa ngaphandle wendawo yokucima ukoma

Leli ogama lalo nguSiphiwe Sebati liphucwe isibhamu lahlaselwa ngemuva kokuba aqhumise isibhamu esabisa abantu ukuba bahlakaze.

USibisi utshele abeNews24 ukuthi leli bandla alikugqugquzeli lokhu okwenzekile, kodwa bekuzoba yisimo esihlukile ukube kwenzeke ngenye indlela.

"Sabhalela ehhovisi leMeya nelikaMMC [Michael Sun] ngenyanga edlule sicela basisize ngokukhupha laba abahlala ngokungemthetho kule ndawo esayithenga, kodwa lutho ukusiphendula,"kusho uSibisi.

USibisi uthi le ndawo ehlala ondingasithebeni iyona okumele ngabe isetshenziselwa ukupaka izimoto njengoba ibandla labo linamalungu angu20 000, kodwa njalo ngeSonto babhekana nenkinga eyodwa bagcine sebepaka emgwaqeni.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.