IBanyana ikhombisa ukukhula - Umqeqeshi

2016-08-04 11:32

Johannesburg - Umqeqeshi weBanyana Banyana uVera Pauw usale ekhala ngephutha likanozinti uRoxanne Barker elibadlise emdlalweni wabo wokuqala kuma-Olympic ngoLwesithathu ngesikhathi bedlala neSweden.

UBarker uhluleke ukubamba kahle ibhola walingenisa yena emapalini ngomzuzu ka-75.

Nakuba kunjalo, uPauw uyaziqhenya ngendlela iqembu lakhe elibhukule ngayo.

“Silinyazwe yiphutha elilodwa,” usho kanje etshela izintatheli.

Funda nalolu daba: Uzilolonga nelaseThekwini oweDowns

“Amaqembu anesipiliyoni azokupanisha kakhulu uma wenza iphutha.”

“Iqembu liyadlala kushoda amagoli nje kuphela. Kodwa uma ubuka lapho sisuka khona nalapho sikhona njengamanje, nginesiqiniseko sokuthi ibhola lethu liyakhula. Sikukhombisile lokho namhlanje futhi. Sekusele kancane kulunge.”

IBanyana emdlalweni olandelayo izobhekana neChina ngoMgqibelo, kubika iKickOff.com.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.