IBaroka inethemba lokuvika izembe ngokushaya i-Ajax

2017-05-26 19:52

Cape Town – UMphathi weqembu kuBaroka FC, uLawrence Okwara, unethemba lokuthi leli qembu lizothola iwini yalo yesithathu lidlala ngaphandle kule sizini uma selibhekene ne-Ajax Cape Town ngoMgqibelo emdlalweni we-Absa Premiership.

Enye yamawini amabili leli qembu elisawatholile lidlala ngaphandle layithola libhekene nezimbangi ezinkulu ze-Ajax, iCape Town City. Kodwa-ke u-Okwara uthi alikho ibanga elide abangalihamba elingama endleleni yabo.

“Uma ubheka imiphumela yethu yesizini, sithola imiphumela eminingi uma sidlala ngaphandle,” u-Okwara usho kanjalo.

OLUNYE UDABA: UKhune ufuna kunikwe uKomphela elinye ithuba kuChiefs

“Angazi ukuthi kungani kodwa abafana babonakala begxila kakhulu uma bedlala ngaphandle. Senza kahle kule midlalo yangaphandle.”

Uqhube wathi abayizwa kahle eyokuthi badlale ngokulingana yize noma leli qembu selidlale ngokulingana imidlalo yalo emine kwemihlanu yakamuva.

“Asikucabangi nokukucabanga ukudlala ngokulingana. Sifuna iwini kusasa,” kusho u-Okwara.

“I-Ajax izobe ilwela i-top 8 kanti lapha thina sizobe silwela izimpilo zethu.”

IBaroka isemsileni kuligi kanti ihlukaniswe amaphuzu amathathu namanye amaqembu amane angaphezu kwayo kwi-log yePSL.

IBloemfontein Celtic, IChippa United, IFree State Stars kanye neHighlands Park bonke bazobe bedlala ngoMgqibelo, nalapho bonke bezobe belwela ukuthi baqede besendaweni yesi-14 kuligi. 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

C# Developer

Cape Town
Goldman Tech Resourcing
R300 000.00 - R360 000.00 Per Year

Investment Associate

Cape Town
Mass Staffing Projects
R620 000.00 - R780 000.00 Per Year

Business Development Manager

Western Cape
Tumaini Consulting
R520 000.00 - R620 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.