Ibhungu 'libulale' umkalo obekhulelwe

2016-07-08 14:31

Blantyre – Ibhungu elineminyaka engu-19 ubudala, u-Anderson Chiwala, waseMalawi endaweni yaseMachinga uboshiwe ngezinsolo zokubulala umkakhe oneminyaka engu-20 ubudala, u-Ester Usuman.

Abanye omakhelwane bathi leli bhungu belilwa nomkalo, nakuba ekhulelwe.

U-Usuman uxinwe ukugula ngemuva kokushaywa ngumyeni wakhe, kwatholakala ukuthi useshonile ngesikhathi efika esibhedlela.

Funda nalolu daba: Kubulawe amasosha amahlanu

Okhulumela amaphoyisa uJohn Gwaza, uthe kutholakale ukuthi umufi ulimale wophela ngaphakathi ngesikhathi eshaywa.

Ngokusho kukaGwaza, ibhungu lizobhekana necala lokubulala.

UBizwick Chimumba, oyisihlobo sikankosikazi, uthe laba bashada eminyakeni emibili edlule.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.