Ibhungu libulale umngani ngembazo kubangwa ikepisi

2016-07-16 11:32

Bulawayo - Ibhungu elinemunyaka engu-17 ubudala ligence labulala umngani walo ngembhazo ngemuva kokungaboni ngaso linye, kubangwa ikepisi.

Umsolwa usolwa ngokuboleka umngani wakhe ikepisi u-Anesu Matangamberi kodwa wathatha isikhathi eside ukumbuyisela.

OLUNYE UDABA: Uzibulele obulale unina kubangwa- sikhukhukazi

NgoLwesihlanu olwedlule uHamisi obesekunesikhathi elifuna ikepisi lakhe kumufi , bahlangana futhi walicela.

Ngesikhathi elifuna kwaqubuka ingxabano umsowla kusolwa ukuthi wagenca umufi ngembazo.

Umsolwa usesitokisini kanti uzovela, kubika iBulawayo24.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

 
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.