IBloemfontein Celtic iqinisekise abadlali abangu-7 abasha

2016-07-04 20:31

Johannesburg  - Iqebu lebhola iCeltic isiqinisekise ukufika kwabadlalo abasha abayisikhombisa eqenjini njengoba leliqembu laseFree State lilungiselela isikwata salo sesizini ka-2016/17.

La badlali abayisikhombisa baqinisekiswe yiqembu enkundleni yezokuxhumana iTwitter ngeSonto.

UMpho Maruping, 24, odlala esiswini ophuma kumaTuks, nguDeon Hotto obekhazimula kwiGolden Arrows  kumasizini ambalwa adlule, uSibusiso Mxoyana, 27, obedlalela i-Orlando Pirates edlala emuva.

OLUNYE UDABA: UMotaung uthembisa ngokuthi abakaqedi ukuthenga

Abanye nguKabelo Mahlasela, 25,obedlalela iRoses United, nguTlou Molekwane, 27, obedlalela iKaizer Chiefs no-Atusaye Nyondo, 25, umgadli waseMalawi obeldalela AmaTuks neSuper Sport United.

Masekuba nguKhethokwakhe Masuku, 30, obedlaala esiswini kwi-Orlando Pirates neBlack Leopards noCheslyn Jampies, 25, obedlalela iSantos ngesizini eyedlule.

Okulindeleke ukuba bashiye eqenjini nguLerato Lamola, uVuyani Ntanga, uBevan Fransman, uMthokozisi Dube, uThabang Matuka noJulius Likontsan, kubika i-SABC.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.