Iboshiwe etholakale nezidakamizwa kwijwabu

2016-08-01 17:31

London - Iboshiwe indodaebinqunu ngecala lokutholakala nezidakamizwa zohlobo lwe-cocain ngemuva kwezinsolo zokuzifihla kwijwabu ngaphandle kwesitolo sempahla yokulungisa indlu, kusho amaphoyisa ase-United Kingdom.

Njengamanje le ndoda eneminyaka engu-24 ubudala ogamalayo nguJoshua Hare waseSwindon ugwetshwe amasonto angu-12 ejele ngemuva kokulahlwa elokutholakala nezidakamizwa.

OLUNYE UDABA: Ibhungu lisikwe ijwabu labulawa

Ngokusho kwamaphoyisa, amaphoyisa abizelwa endaweni yokupaka izimoto kulesi sitolo ngemuva kokuba amalungu omphakathi ebone umsolwa equnu ngezithuba zabo-08:00 ekusenu.

Amaphoyisa atheleka endaweni yesigameko jwajufanele alwe ngaphambi kokubopha uHare. UHare waphuthunyiswa esibhedlela la amaphoyisa abona khona kulekhu kuphuma izidakamizwa kwijwabu lale ndoda.

UHare waboshelwa ukutholakala nezidakamizwa zohlobo lwe-cocaine ezinessindo esingama-7.2 grams, kubika iwwww.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.