Iboshiwe indoda esolwa ngokudlwengula ugogo, 76

2016-07-26 14:31

King William’s Town – Amaphoyisa aseButterworth ngoLwesibili acele izalukazi ukuba ziyeke ukuhlala ngazodwana ngemuva kokuba kuboshwe indoda ngelokudlwengula owesifazane oneminyaka engu-76 ubudala.

UCaptain Kackson Manatha uthe kulindeleke ukuba indoda oneminyaka engu-25 ubudala ivele eNkantolo yeMantshi yaseCentane ngoLwesibili.

OLUNYE UDABA: Isalukazi, 65, sikhulelwe amawele amane

UManatha uthe le ndoda iboshwe ngoMsombuluko eQolweni Locality esigodoni sakwaGcina eCentane.

UManatha uthe isisulu besihlezi sodwa endlini ngesikhathi umsolwa kusolwa ukuthi ungene endlini yalesi salukazi ekuseni ngoMgqibelo.

"Umsolwa wabamba lesi salukazi wasiklinya wase esidlwengula.

"Sicela ukuba ogogo bangahlali bodwa njengoba bephednuka izisulu zobugebengu."



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.