Ibukeka isazoba yinkinga eyamanani okudla kuleli

2016-04-28 07:30

Johannesburg – Kubukeka kuba nzima unyaka nonyaka ukuthola konke okudingayo ngemali oyiholayo ngenxa yokuthi zonke izidingongqangi ziyanyuka, kepha amaholo athatha kade ukuba akhuphuke.

Sekuvele ukuthi kungenzeka ukuthi ukudla kunyuke ngo-19% unyaka nonyaka, esuka ku-10% - ngokusho koMnyango wezoLimo namaHlathi.

Lo Mnyango uthi ukunyuka kwamanani okudla kunezelwa yisomiso esimise kabi izwe, kubika iThe Citizen.

Ngokombiko wakamuva weNational Marketing Agricultural Council, igilosa engagcwala ubhaskidi omncane inyuke ngemali elinganiselwa ku-R56.

OLUNYE UDABA: Angase anyuke kakhulu amanani okudla

Into enyuke kakhulu amaphisizi enyama yenkukhu njengoba ebengu-R28 ngonyaka owedlule, kepha manje abiza u-R40.

Amafutha, itiye, impuphu, amazambane, u-anyanisi kanye notamatisi kunyukile, kanti amanani ebhotela lamantongomane, ama-aphula nobisi ehlile.

Imboni yezinkwa isithole ukugxekwa okukhulu ngokunyusa amanani, kepha nayo ikhala ngesomiso.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.