Ibuyela enkantolo indodana esolwa ngokubulala unina

2017-01-24 06:53

Johannesburg – Indodana yowayeyilungu lebhodi leSABC, uHope Zinde, kulindeleke iphinde ivele eNkantolo yesiFunda saseBrits ngoLwesibili ngecala lokubulala unina.

UMark Warona Zinde, 23, waboshwa ngoJuni  2016 ngemuva kokutholakala kwesidumbu sikanina,50, ebhuthini lemoto yohlobo lweRange Rover emzini wakhe osePecanwood Estate, eHartbeespoort.

Ngaleso sikhathi, kwabikwa ukuthi umngani kamufi wayesehluleke wancama ukuxhumana nomufi futhi indodana yakhe yayingafuni ukuvula umnyango.

OLUNYE UDABA: Izingane zihlaselwe yizinyosi esikoleni

Yaze yavula umnyango sekufike amaphoyisa. Athola igazi kusuka ekamelweni kuya egaraji.

Kwatholakala nezidakamizwa kanye nensimbi yokujima engu-10kg inegazi endlini, ngokusho kwamaphoyisa ngaleso sikhathi.

UZinde useke wayohlolwa ukusebenza komqondo eWeskoppies Psychiatric Hospital.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.