Ibuyela enkantolo indodana kaHope Zinde

2016-07-18 10:03

Johannesburg - Indodana kalowo owayengumethuli wezinhlelo futhi eyilungu lebhodi kwa-SABC uHope Zinde, kulindeleke ukuba ivele eNkntolo yesiFunda yaseBrits eNorth West ngokubandakanyeka esigamekweni sokubulala unina.

UMark Zinde, 28, uboshwe ngenyanga ephelile ngemuva kokutholakala kwesidumbu sanina ebhuthini yemoto emzini oseHartbeespoort.

OLUNYE UDABA:Uzoxilongwa ingqondo osolwa ngokubulala umama wakhe

UMark uthweswe icala lokubulala  nelokutholakala nezidakamizwa.

Ngapghambilini inkantolo yathi kufanele ayohlolwa isimo sengqondo, kubika i-SABC.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.