Ibuyele enkantolo esolwa ngokudlwengula umfana, 12

2016-07-08 10:20

CAape Town - Ibuyela enkantolo indoda esolwa ngokudlwengula umfana oneminyaka engu-12 ubudala ngesikhathi ingaphandle ngoshwele ngecala elifanayo.

Umsolwa kusolwa ukuthi washaya waophinde wadlwengula lo mfana esikhotheni ngoMeyi.

OLUNYE UDABA: Wathi kumnandi ukudlwengula-Ufakazi

Le ndoda yaboshwa ngemuva kwezinsukwana kwenzeke isigameko kanti ibilokhu igqunywe esitokisini.

Icgina ukuvela enkantolo le ndoda eneminyaka engu-24 ubudala yatshelwa ukuthi angeke ikwazi ukufaka isicelo sebheyili ngenxa yecala layo lokuqala, kubika i-EWN.

Le ndoda yaphuma ejele ngonyaka ophelile ngemuva kokudonsa iminyaka engu-10 ejele ngelokudlwengula ingane e-Atlantis ngo-2009.

Amalungu omphakathi adinwe agane unwabu kubalwa nezihlobo zalo mfana zabhikisha ngaphandle kwenkantolo ngenyanga ephelile zithi umsolwa angayitholi ibheyili.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitte

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.