Icala ngokugqekezwa kwehhovisi leNhloko yamaJaji alinasisindo - Ummeli

2017-05-17 16:01

Johannesburg – Ummeli walowo osolwa ngokuba ngungqondongqondo ekugqekezweni kwehhovisi leNhloko yamaJaji, uthi alinasisindo icala uMbuso olibeke ikhasimende lakhe.

"Ngokuqonda kwethu, akukho cala, bayehluleka ukumbeka endaweni yesigameko,” kusho ummeli kammangalelwa uSammy Mahlangu ngaphandle kweNkantolo yeMantshi eRandburg ngoLwesithathu.

UNkosinathi Msimango, 34, uvele kafuphi enkantolo namhlanje.

UMshushisi woMbuso uBaba Yusuf ucele ukuba icala lihlehliswe ukuze kuqhutshwe uphenyo.

"Ngenxa yamaholidi abekhona asikwazanga ukuthola izitatimende ezithile. Cishe zingu-11 izingxenye ezisele,” kusho uYusuf.

OLUNYE UDABA: Uhambo lomndeni lubemuncu kushona izelamani

UMsimango uzwakalise ukungenami ngokuhlehliswa kwecala, wathi: "Leli cala lithatha isikhathi eside futhi ngilahlekelwa yimali eningi ngikhokhela abameli. Ngifisa leli cala liphele ukuze ngikhululeke ngikwazi ukuqhubeka nempilo,” ekhuluma ngaphandle kwenkantolo.

UMsimango wazinikela emaphoyiseni ngoMashi 24, ngemuva kokuba amaphoyisa ethe unemininingwane engaholela ekutholakaleni kwezinto ezebiwa ehhovisi, eMidrand, ngesikhathi kugqekezwa ngomhlaka-18 Mashi.

Kwebiwa ama-computer aqukethe imininingwane ebucayi ngamajaji akuleli.

Icala lihlehliselwe umhlaka-11 Julayi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.