Ichamele umphathi wayo yaduba nomsebenzi indoda ewine ilotto

2016-08-08 16:04

Ottawa - Owesilisa waseCanada obejabuliswe wukuwina ilotto ubone kungcono achamele umphathi wakhe ngaphambi kokuduba umsebenzi, lokhu kungokwevideo efakwe kwi-internet.

Le video efakwe enkundleni yezokuxhumabna iYouTube iveza lesi sibebenzi sasehhovisi sihlezi phansi etafuleni sigqolozele ikhompuyutha.

OLUNYE UDABA: Ungeniswe esibhedlela olinde-intombi izinsuku ezingu-10 yangafika

Lesi sisebenzi esingadalulwanga igama laso sibhekisise izinombolo zelotto ngaphambi kokuqala sijabule sibona ukuthi sesingusozimali.

Le ndoda ibe isimemeza kakhulu ngaphambi kokuyongena ehhovisi lomphathi wayo yakhipha i-pepper spray ephaketheni yahlasela umphathi wayo.

Umphathi wale ndoda wawa phansi wase eshaywa yile ndoda ngaphambi kokluba igibele etafuleni iqaqe uziphu ichamele umphathi wayo obesalele phansi.

Sonke lesi sigameko siqoshwe kumakhaera oonogada, ivideo yafakwa ku-YouTube la efike yasabalala khona, kubika iwwww.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.