IChiefs ifuna ukusayina umdlali weFree State

2016-11-09 18:01

CAPE TOWN – IKaizer Chiefs kubikwa ukuthi izingela isitobha seFree State Stars, uThato Thlone, njengoba leli qembu lihlose ukuqinisa isikwadi salo ngesizini ezayo.

UThlone usedonse amehlo omqeqeshi weStars, uGiovanni Solinas, futhi ube ngomunye wabashaye amagoli ngenkathi i-Ea Lla Koto ikhipha iChiefs emqhudelwaneni we-Telkom Knockout ngempelasonto eyedlule.

ISoccer Laduma ibika ukuthi igama lalo mdlali bekulokhu kukhulunywa ngalo njengomdlali ongase ayiswe kwiChiefs, njengoba  engase aqinise udonga lwaMakhosi ngakwesobunxele.

OLUNYE UDABA: Kudumale abalandeli iChiefs ingatholi noyedwa odumile

“Igama likaThlone selike labalulwa njengomdlali ongase abhekwe yiChiefs. Ukudlala kwakhe kubonakele. Inkontileka yakhe neStars isifinyelela emaphethelweni ngoJuni futhi kubukeka sengathi mancane amakilabhu akwaziyo lokho,” kusho umthombo waleli phephandaba.

Lo mdlali oneminyaka engu-25 ubudala wayevele egijima eqenjini labafana abasebancane kumaGlamour Boys eminyakeni engaphambilini, ngaphambi kokuba ajoyine iDynamos kwiNational First Division (NFD).

Lo mdlali wasemuva angakwazi ukusayina naMakhosi ngoJanuwari.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.