'IChiefs isiyalele umdlali ukuba ayeke ukuzilolonga nayo'

2016-07-29 12:33

Johannesburg - IKaizer Chiefs kukholakala ukuthi isitshele umdlali wasesiswini, uJoseph Molangoane, ukuba ayeke ukuzilolonga naleli qembu njengoba kusanokungaboni ngaso linye neChippa United, kubika iSoccerLaduma.

Lo mdlali oneminyaka engu-28 ubudala sekuphele isikhathi ezilolonga neChiefs ngemuva kokuthatha isinqumo sokushiya iChippa ekupheleni kwenkontileka yakhe, kodwa iChippa ithi lo mdlali usasalelwe yiminyaka emibili kuleli qembu.

Funda nalolu daba:  Usazodlalela iCeltic owePirates

Phambilini kubikwe ukuthi leli qembu lasePort Elizabeth lisezinhlelweni zokumangalela iChiefs ngalokhu.

Nakuba iChiefs isazimisele ngokusayinisa uMolangoane, useyalelwe ukuba ayeke ukuzilolonga naleli qembu.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.