IChiefs neCity bazoqala ukuziqeqesha

2017-01-05 16:00

Cape Town – IKaizer Chiefs izoba ngelinye lamaqembu asezoqala ukuziqeqesha ngemuva kwekhefu elidonse isikhathi eside lamahodi asehlobo.

Ngokombiko weTimesLIVE, isiikwadi saMakhosi sizobuyela eNaturena ngoLwesihlanu, ngomhlaka-6 kuJanuwari ukuze baziqeqeshe okokuqala kulo nyaka.

OLUNYE UDABA:Kulindeleke ajoyine iChiefs uLaffor – umbiko

Ngale kweChiefs, amanye amaqembu okulindeleke ukuba abuye yiCape Town City kanye neHighlands Park nawo kulindeleke ukuba abuyele ensimini njengoba ezika-Eric Tinkler zisazohlolwa isimo sempilo.

IHighlands kulindeleke ukuba ithi ukuzinza eKapa ngaphambi kokuba ibuyele ngaphambi kokuba ibuyele eJohannesburg.

Khonamanjalo, iWits kanye neSuperSport United bona bazobuyela ensimini ngoMsombuluko, mhla zingu-9 kuJanuwari ngaphambi kokuba balibangise eNelspruit nalapho bezobe bezinze khona ngokokuziqeqesha.

I-Orlando Pirates nayo kulindeleke ukuba ibuyele maduzane ekuziqeqesheni njengoba nabadlali beMamelodi Sundowns kulindeleke ukuba babuyele eChloorkop ngomhlaka-18 kuJanuwari.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.