IChiefs neSundowns empini yamazwi

2016-11-21 16:01

Cape Town – IKaizer  Chiefs kanye neMamelodi Sundowns babukeka besempini yamazwi kulandela ukutholana phezulu emdlalweni we-Absa Premiership ngoMgqibelo, eLoftus Versfeld Stadium.

Ngemumva kwalo mdlalo iSundowns ewunqobe ngo-2-1, abaqeqeshi balama qembu womabili, uPitso Mosimane kanye noSteve Komphela, babe nezingxoxo ezibukeka zivutha kwisithangami nabezindaba sangemuva komdlalo.

UMosimane uzakwalise umbono wokuthi uKomphela uvele wapaka ibhasi emuva odongeni lweChiefs, wathi futhi iSundowns ibingcono kakhulu kuneChiefs.

OLUNYE UDABA: Ngeke sigxeke onompempe njalo uma sihluliwe - Pitso

“Bekunebhola osukwini, okungafani nangesikhathi esedlule lapho okwakumele sikhathazeke ngokuhlaselwa sakuphindisela. Ngesikhathi ngibona uhlu lwabadlali beChief ngibone abahlanu, abasemuva abayisithupha ngabe sengithi kwenzakalani la? Kodwa badlalile, baphumile ngabona ukuthi sigqamile,” kusho uMosimane.

Kodwa-ke kubukeka kungahlalanga kahle lokhu kuphawula kukaMosimane kuKomphela.

“Mhlawumbe kuzomele ngenze isicelo kozakwethu; yekani ulwazi oludukisayo ngoba engikusho emphakathini kuza njengesifundo ngenxa yegama onalo njengomqeqeshi. Kumele sitolike izinto kahle. Uhlangothi lwethu beluhlasela kakhulu ngokombono wami,” kuphendula uKomphela.

Lo mphumela wangempelasonto oholele ekutheni aMakhosi ehlele endaweni yesihlanu kwi-log, ngenkathi aMasandawana wona enyukele endaweni yesi-12.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.