IChiefs ngeke iyifake ekhanda eyokunqoba kwayo - Komphela

2018-02-19 11:00

Cape Town - Umqeqeshi weKaizer Chiefs uSteve Komphela usenxuse abadlali ukuba baqhubeke nokuzimisela ngemuva kokushaya iCape Town City ngo-1-0, ikilabhu yenyukela endaweni yesibili kwiPremiership.

Amakhosi abedinga igoli likaRyan Moon kuphela ukuba akhale emuke nawo wonke amaphuzu amathathu ngesikhathi egadulisana neCitizens e-FNB Stadium ngoMgqibelo ebusuku.

Lokhu kunqoba kubeka iChiefs emuva kweMamelodi Sundowns ngamaphuzu amane nje vo, okuyiyona ehlezi esicongweni futhi enomdlalo esandleni, kepha uKomphela umile kwelokhu kusasekuseni kakhulu ukuqala ukukhuluma ngendaba yesicoco.

Uthi ufuna abadlali bakhe baqhubeke nomgqigqo omuhle.

OLUNYE UDABA: Akukho nami engingakwenza - Komphela

"Ngeke kube lula," kusho uKomphela etshela iSuperSport TV.

"Yize bengicabanga ukuthi besinamathuba amaningi okubhakuzisa inethi, kepha kuhle ukubonga ngenxa yokuthi imiphumela ivuna thina.

"Ikilabhu kaBenni akulula ukudlala nayo. Sijabule kakhulu ngokunqoba.

"Esizama ukukwenza wukuthi siqhubeke nomgqigqo omuhle. Ngibatshelile abadlali ukuthi kubalulekile ukuba kube yithi esifaka igoli, kungenjalo bebezosimbozela," esho.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.