IChiefs yikilabhu enkulu - Maluleka

2017-10-30 12:31

Johannesburg - UGeorge Maluleka uthi iKaizer Chiefs iyikilabhu enkulu futhi ufuna ezakhe ziqhubeke nokudlala kahle njengoba bezimisele ngokunqoba isicoco seTelkom Knockout.

IChiefs ishaye ngo-3-0 AmaZulu FC eMoses Mabhida Stadium ngoMgqibelo, mhlaka-28 Okthoba, emzuliswaneni wokuqala we-Telkom Knockout walo nyaka.

UMaluleka, ongomunye wabashaye amagoli kulo mdlalo waphinde wathola nendondo yokuba ngumdlali ovelele, uthe kuyamjabulisa ukuthi bahamba ngendlela efanele ebheke ekunqobeni izicoco.

OLUNYE UDABA: Kukhalwa ngomfundisi osolwa ngokulala nabazalwane

“Izinto zihambe ngokohlelo kulo mdlalo. Ngiyajabula ukuthi sidlulele emzuliswaneni olandelayo. Kumele kubongwe iqembu lonke,” kusho lo mdlali kwi-website yeChiefs.

“Siyikilabhu enkulu. Ukunqoba izicoco yinto edume ngayo iKaizer Chiefs kanti futhi ukunqoba lo mdlalo kuyigxathu elihle njengoba sesifinyelele kuma-quarter-final eTelkom Knockout,” esho.

IChiefs izobhekana neChippa United kuma-quarter-final eTelkom Knockout ngosuku olungakamenyezelwa.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.