IChippa izoshintshisana ngabadlali nePirates

2017-01-23 07:35

Johannesburg - Isikhulu seChippa United, uChippa Mpengesi, sikuqinisekisile ukuthi uJames Okwuosa noMarc Van Heerden bajoyine i-Orlando Pirates, kubika iSoccerLaduma.

Uthe lokhu kwenzeke ngemuva kwesivumelwano sokushuntshisana ngabadlali.

Usihlalo weChilli Boys ukuqinisekisile kwiSiya crew ukuthi lezi zihlabani zayo ezimbili zizojoyina iBhakabhaka, bese kuthi abadlali bePirates abane bajoyine leli qembu elizinze ePort Elizabeth.

OLUNYE UDABA: Kuduke umdlali obezohlolwa yiChiefs

Ngesithi ebuzwa ukuthi labo badlali akhuluma ngabo oJustice Chabalala, Donald Mokondelela, Sello Japhta noNkosinathi Mthiyane, uMpengesi uvumile.

Uthe: "Yebo, yilabo badlali abane, konke kuzophothulwa kusasa (ngoMsombuluko)”.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.