ICope ithi uZuma angacashi ngoPhiyega ngolwaseMarikana

2017-02-04 18:35

Cape Town - ICongress of the People ithi uMengameli Jacob Zuma akumele asole ukhomishana wamaphoyisa uRiah Phiyega kuphela ngesibhicongo saseMarikana.

Okhulumela iCope uDennis Bloem NgoMgqibelo uthe iphini likamengameli uCyril Ramaphosa kanye nowayenguNgqongqoshe wamaphoyisa uNathi Mthethwa kumele baxoshwe nabo ngeqhaza labo.

"ICope ikholelwa ukuthi iqiniso ngeke lafihlwa, izwe lizogcina lilitholile iqiniso,” kusho uBloem esitatimendeni.

OLUNYE UDABA: Libhodla umlilo ihhovisi likaMengameli ngokushowo uMadonsela

"Siyaphinda futhi sithi uZuma nohulumeni wakhe abangaviki ngoPhiyega."

Uthe uma uZuma ubefuna ngempela ukuba ubuhlungu baseMarikana budlule, ubengeke avikele amaqabane asondelene nawo, “uRamaphosa noMthethwa.”

"Manje njengoba ikhomishana kaClaassen ikhiphe izincomo zokuba axoshwe ukhomishana wamaphoyisa kuzwelonke uRiah Phiyega, sikholelwa ukuthi uRamaphosa noMthethwa kumele kube ngabokuqala abaxoshwayo ngeqhaza labo esibhicngweni."

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.