ICosatu ngeke isamvumela uZuma akhulume namalungu ayo

2017-05-23 14:01

Johannesburg - ICongress of South African Unions (Cosatu) isithathe isinqumo sokungaphinde ivumele uMengameli Jacob Zuma ukuba ethule inkulumo emicimini yayo.

Lo mfelandawonye wabasebenzi ngoLwesibili ubenesithangami sabezindaba kulandela umhlangano wekomidi eliphezulu oyisipesheli.

Isinqumo sayo silandela ukuhhahhanyezwa kukaMengameli Zuma eralini eyayihlelwe yiCosatu ngoSuku lwabaSebenzi eBloemfontein ekuqaleni kwenyanga ephezulu.

Ezinye zezinyunyana ezidlelana neCosatu zaphikisana nokuba uMengameli akhulume nabasebenzi, zathi ukumvumela ukuba akhulume emcimbini weCosatu kuzodida abasebenzi njengoba umfelandawonye wawuthe kumele ehle esikhundleni.

OLUNYE UDABA: Bayaveva abahlali ngesivumelwano sikamasipala weTheku noMTN

UNobhala Jikelele weCosatu uBheki Ntshalintshali uthi bathathe isinqumo sokuthi ukuvumela kwabo uMengameli ukuba akhulume nabasebenzi eralini kwakuphambene nesinqumo sayo sokuba uZuma ehle esikhundleni.

Lesi sinqumo sibonakala njengesizodala ukungezwani phakathi kwamadlelandawonye.

Kuthiwa ikomidi lithathe isinqumo sokuba kungcono kube yiPhini likaMengameli uCyril Ramaphosa okhuluma nabasebenzi emicimbini yeCosatu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.