iDA ifuna izimpendulo ngowaseCongo owabelethela ePark Station

2017-06-06 12:30

Johannesburg - IDemocratic Alliance ithe ngoLwesibili uMnyango wezeMpilo eGauteng kufanele ubheke ukuthi kwenzeka kanjani ukuthi izibhedlela ezintatthu zikahulumeni zijikise owesifazane owayezithwele, wagcina ngokubelethela ePark Station.

Lo wesifazane odabuka eCongo wahluleka wancama ukuthola isibhedlela esizomsiza.

UFrancina Kalala waqala wajikiswa esibhedlela saseTshwane ngesikhathi efika kuso esesikwa ngoLwesine olwedlule.

OLUNYE UDABA: Ubusiswe ngeyentombazane obelethele ePark Station

UKalala wabe eseya esibhedlela iSteve Biko nakhona kubikwa ukuthi wajikiswa.

Umyeni wakhe wamgibelisa iGautrain ebheke eGoli ukuze ezozama ukuthola esinye isibhedlela ngethemba lokusikazala.

"Wabelethela phansi ePark Station kwafika i-ambulensi yamthatha yena nengane yabahambisa esibhedlela iCharlotte Maxeke eGoli, nakhona wajikiswa.

"Ngemuva kwemahora ayisishiyagalombili, yena nengane baze bagcina bethole ukwelashwa emtholampilo waseHillbrow khona eGoli," kusho uJack Bloom osebenzisana noNgqongqoshe wezeMpilo eGauteng esitatimendeni.


 - African News Agency

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.