IDA iguqule umthethosisekelo wayo ngomgomo waziwa ngePatricia Clause

2018-04-08 15:01

eGoli - Iqembu leDemocratice Alliance seliguqule umthethosisekelo wayo ogunyaza ukuxoshwa kobuholi obubekiwe ngomgomo omusha owaziwa nge-Patricia clause.

Lolu shintsho luvotelwe yiningi lamalungu alale qembu ngesikhathi kuqhubeka inkomfo eqale ngoMgqibelo eTshwane.

Lo mgomo ungaba wumhlahlandlela odingwa yileli qembu ekulwemi impi yayo neMeya yaseKapa uPatricia de Lille.

OLUNYE UDABA:BUKA: Athol Trollip nguyena uSihlalo omusha we-DA

Lokhu kusho ukuthi uMengameli, uNdunankulu, yiMeya kanye nanoma yiliphi ilungu laleli qembu elinesikhundla esithile kuhulumeni oholwa yilona angadilizwa kuleso sekhundla bese enikwa amahora angu-48 wokuthi azisulele ngokwakhe esikundleni.

Lokhu kuzokwenzeka uma umuntu othintekayo esenikezwe ithuba lokuthi abeke ukuphawula kwakhe ngezinsolo okanye ngamacala abekwa wona


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.