IDA ithi kungamane kuphele umendo wayo ne-EFF ngodaba lomhlaba

2018-03-13 07:52

eKapa- Iqembu eliphikisayo iDemocratic Alliance ifunge yagomela ukuthi ngeke ihlehlele emuva ekulweni nokubuyiswa komhlaba ngaphandle kwesinxephezelo.

Leli qembu lithi lizokulwisa lokhu futhi alinendaba noma kungaphela ubudlelwano babo neqembu le-Economic Freedom Fighters kulawa madolobhakazi amathathu abaqomene kuwo.

Ngenyanga edlule iqembu le-EFF lawina ivoti ePhalamende lokuguqulwa kqweSigaba 25 soMthethosisekelo ukuze kuvumeleke udaba lokubuyiselwa komhlaba ngaphandle kwesinxephezelo.

OLUNYE UDABA:Ukuba ayikho i-EFF ngabe izwe alikho lapha - Malema

IDA ayikushayanga ndiva ukusabisa kwe-EFF ngokukhipha iMeya yaseNelson Mandela Bay, ukuze bafundise iDA isifundo njengoba ingahambisananga nevoti labo.

Leli qembu alisabi nakancane ukuthi i-EFF ingenza okufanayo eTshwane naseGoli.

UMholi we-DA uMmusi Maimane uthe: "Akulula ukuba wumbimbi njengoba wonke umuntu kumele azehlise kwinkolelo yakhe. Akumele basenze kanjalo thina."

UMaimane uthi iqembu labo linezinhlelo ezihlukile mayelana nodaba lokubuyswa komhlaba.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.