IDA ne-Cope bafuna kuxoshwe uBathabile Dlamini

2017-03-04 17:00

Cape Town - IDemocratic Alliance kanye neCongress of the People ngoMgqibelo bazwakalise ukuthi bafuna axoshwe ngokushesha uNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMphakathi uBathabile Dlamini kulandela ukwesula kobenguMqondisi Jikelele.

Ilungu leDA ePhalamende uBridget Masango esitatimendeni uthe iqhaza elidlalwa uDlamini aliselihle neze futhi ngeke esathenjwa ngodaba lokukhishwa kwezibolelo zikahulumeni.

"Imibiko yanamuhla ethi uMqondisi Jikele wezokuThuthukiswa koMphakathi uZane Dangor wesulile, iwuphawu lokuthi uNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMphakathi uyisiphazamiso  futhi kumele asuswe ngokushesha.

OLUNYE UDABA: Kushaqeke umphakathi kutholakal isidumbu sowesifazane ensimini

"UDlamini wehlulekile ukuqinisekisa ukuthi iSassa ikulungele ukukhipha izibonelelo zikahulumeni ekupheleni kwenyanga uma inkontileka yayo neCPS isiphelelwa yisikhathi futhi uvumele ukuba lolu daba luze lubeyinkinga.

"Empeleni, uyena uwenze izinkinga futhi wakhohlisa uNkantolo yoMthethosisekelo ngo-Okthoba ngonyaka odlule ngesikhathi ethi iSassa izobe ikulungele ukukhipha izibonelelo zikahulumeni.

UMasango uthe iqembu lakhe lizophinde libhalele ikomidi lezokuthuthukiswa komphakathi ePhalamende, licele ukuba kubizwe uDangor azokwenaba ngobekwenzeka. 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.