Idelakufa libulale 12 wabantu liziqhumisa ngebhomu

2016-07-25 13:31

Baghdad – Idelakufa liziqhumise ngebhomu ngalapho kungendwa khona endaweni yamaShiite enyakatho yeBaghdad ngeSonto, kwashona abantu abangu-12, kusho abezokupheka nabezempilo e-Iraqi.

Ukuqhuma kwebhomu kuphinde walimaza abantu abalinganiselwa kwabangu-22, kusho izikhulu.

Funda nalolu daba: Ulivumile icala owaqoba izithandani wabilisa amakhanda azo

Okwamanje bekungakabikho qembu eliphumele obala ngalokhu kuhlasela, kodwa kusolwa i-Islamic State ngenxa yokuthi ivame ukuhlasela kanjena.

Ngasekuqaleni kwenyanga idelakufa lahlasela abathengi eBaghdad.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.