IDowns ayikaliphosi ithawula ngowe-Ajax - Umbiko

2016-08-06 11:02

Johannesburg - IMamelodi Sundowns ayikaliphosi ithawula ngokuthola umdlali we-jax Cape Town, uMosa Lebusa, kubika iSoccerLaduma.

NgoJanuwari, iSundowns yazama ukuphakamisa ukuba bashintshanisane ngabadlali ne-Urban Warriors kodwa yangaphumelela.

IDowns yathembisa ngokunikeza i-Ajax uMario Booysen ukuze yona ithole uLebusa, kodwa akukho okwenzeka ngaleso sikhathi.

Funda nalolu daba: Akadayisi ofunwa yiDowns

Nakuba kwagcina kuthulakale kanjalo ngaleso sikhathi, leli qembu alikaliphosi ithawula ngalomdlali.

Umthombo osondelene ne-Ajax usudalule ukuthi amaBrazilian axhumane noLebusa akubeka kwacaca ukuthi azimisele ngaye.

Kodwa nakuba kunjalo,  i-Ajax imanqika ngokudedela omunye futhi umdlali wasemuva kulandela ukuhamba kuka-Abbubaker Mobara, kubika iSoccerLaduma.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.