Idumele imindeni yabashona engozini enyantisa igazi ePinetown

2017-06-07 11:01

Durban – Idumele imindeni yezisulu zesibhicongo sengozi eyenzeka eFields Hill, ePinetown ngesigwebo esinikezwe umnikazi weloli eladala ingozi, uGregory Govender.

UGovender ongumnikazi weSagekal Logistics, elinye lamaloli akhe lashayisa amatekisi nemoto encane kwashona abantu abangu-24 ngo-2013.

Le ndoda ihlawuliswe u-R25,000 kuleli sonto ngemuva kokuba ivume icala lokwephula iNational Road Traffic Act ne-Immigration Act.

OLUNYE UDABA: Amaphoyisa adubule obehlasela ngesando

Umshayeli weloli okunguSanele May, okumanje udonsa iminyaka engu-8 ejele ngecala lokubulala ngokungenhloso, wayesebenza kuleli ngokungemthetho ngesikhathi sengozi.

UKaren Janisch weFields Hill Helping Hands, okuyinhlangano engenzi nzuzo esiza imindeni eyakhahlamezeka ngemuva kwengozi, uthe imindeni yezisulu izobanomhlangano ukuthatha isinqumo ngesinyathelo esizolandela kulandela ukushaywa ngoswazi oluncane kukaGovender.

Uthe kuze kube kubanjwa umhlangano, ngeke besakhuluma kwabezindaba.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.