IFlySafair ikhiphe amathikithi ka-R43.03, ihalalisela uVan Niekerk

2016-08-15 13:30

Cape Town – Inkampani yezindia engadli kakhulu ephaketheni iFlySafair isigubhe impumelelo kaWayde van Niekerk ngokuthi yenze amathikithi angu-400 ka-R43.03.

UVan Niekerk uhlabane nendondo yokuqala yegolide ethimbeni laseNingizimu Afrika eliseRio, wephula irekhodi likaMichael Johnson waseMelika, leminyaka engu-17.

"Siziqhenya kakhulu ngoVan Niekerk,” kusho uKirby Gordon, oyisekela likamengameli kwezokudayisa kule nkampani.

Kuthiwa la mathikithi awezindiza ezizohamba ngaphambi kukamhlaka-28 Agasti.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.