Ifuna ibheyili indoda yowesifazane owadutshulwa amahlandla angu-9

2017-12-04 12:35

eGoli - Owesilisa osolwa ngokubulala unkosikazi wakhe, angasahlali naye, ngokumdubula amahlandla angu-9 ufake isicelo sebheyili eNkantolo yeMantshi yasePalm Ridge.

UVincenzo “Enzo” Pietropaolo, oyisikhulu sezezimali ebhange elizinze eSandton iBank of Athens, usolwa ngokubulala uManuela “Manny” Giuliana Pietropaolo esemzini wakhe eBrackendowns.

Lo mlisa wabanjwa esemzini wakhe oseBlairgowrie.

Okhulumela amaphoyisa uSergeant Linda Maloyi uthe kwatholakala izibhamu ezimbili emzini kamsolwa, kodwa ngeke akwazi ukuqinisekisa amahlebezi ezinhlamvu ezitholakale kuwo lo muzi.

OLUNYE UDABA:Indoda yami yabulawa phambi kwami kodwa abantu bakwazi ukukhuluma- Kelly Khumalo

Kukholakala ukuthi uMbuso ozosiphikisa lesi sicelo ngoba umsolwa wathenga ithikithi lendiza ebheke kwelase-Italy kanti leli thikithi lathengwa ngaphambi kwesigameko sokubulawa kukankosikazi wakhe.

Lo mama onamadodana amathathu kanye nomzukulu oyedwa ubesahlala kwakhe, kodwa umyeni wakhe engasahlali khona, kubika iThe Citizen.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.