Ifuna ilungelo lokukhipha isisu ingane, 10, eyadlwengulwa

2017-05-17 12:31

New Delhi – Inkantolo yaseNdiya izothatha isinqumo mayelana nokuthi ngabe ingane yentombazane eneminyaka eyishumi ubudala eyakhulelwa ngemuva kokudlwengulwa kumele yini isikhiphe isisu, kusho amaphoyisa.

Ingane, eyayisala ekhaya uma unina esemsebenzini, ithi yayidlwengulwa nguyise ongayizali, okumanje usezikhindini.

Udaba lokukhulelwa kwayo luvele ngeledlule, kanti ngaleso sikhathi abesedlulile amasonto angu-20 abekiwe ngumthetho ukuba owesifazane akhiphe isisu uma impilo yengane noma eyakhe isengozini.

"Sifake isicelo enkantolo sokuba iyalele ukuhushulwa kwesisulu,” kusho uPankaj Nain, oyisikhulu samaphoyisa eRohtak enyakatho yesifunda iHaryana.

OLUNYE UDABA: Kushone 24 kuwa udonga emshadweni

"Manje konke sekusezandleni zenkantolo,” kusho uNain.

Ezinyangeni zakamuva izinkantolo zaseNdiya zithole izicelo eziningi zabesifazane – okubalwa kubona nabake badlwengulwa – abafuna ukuvunyelwa ukuhushula izisu ngisho esedlulile amasonto angu-20 abekiwe ngokomthetho.

Izishoshovu zithi isikhathi kumele selulwe ngenxa yokuthi izisulu zokudlwengulwa zivame ukungabiki ngokushesha uma zikhulelwe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.