Ifunge yagomela iDA ukuthi izolwa nokubuyiselwa komhlaba kubanikazi

2017-12-22 08:01

EGoli - Iqembu le-Democratic Alliance lifunge lagomela ukuthi lizokulwela ukugcinwa kwesigaba 25 kuMthethosisekelo esikhuluma ngodaba lwezakhiwo.

Lokhu kulandela ukuzwa izinhlelo zeqembu le-ANC kusukela kwinkomfa yayo lapho liveze ukuthi lizoziphuthuma izinhlelo zayo zokubuyiswa komhlaba ngaphandle kwesinxephezelo.

Leli qembu lithi uma i-ANC yenza lokhu izobe isiphambana nezinhlelo zokubhekana nezingqinamba ezivimba ukuba umhlaba uguqulelwe ebuhleni.

OLUNYE UDABA:I-Afriforum ikhala ngohlelo lwe-ANC ngodaba lomhlaba

Okhulumela uMnyango wezokuthuthukiswa kwezindawo zasemakhaya kanye nomhlaba uThomas Walters uthe lokhu kubuyisela izwe emuva ikakhulukazi kwezamalungelo omhlaba.

Ngokubika kwe-SABC News, uWalters uthi bagxeka uhulumeni ngokuhluleka ukufezekisa izethembiso zokwaba umhlaba ngendlela.

"Nakanjani sizosilwela isigaba 25 soMthethosisekelo. Lokhu kungukuvikela labo abangakwazi ukuzilwela kuhulumeni ofuna ukubathathela okungokwabo. Lo mthetho wabekwa ukuze kuvikeleke izakhamuzi ekuhlukunyezweni okufana nalokhu nokuyinto esayibona ngesikhathi sobandlululo. Lokhu kungukulwela abahlwempu kogombela kwesakhe abafuna ukuzikhukhumalisa ngamandla alabo abadla imbuya ngothi, kusho yena.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.