IGauteng yamukele izingane ezingu-88 namuhla

2017-12-25 13:14

Johannesburg - UMnyango wezeMpilo eGauteng uthi okwamanje isifundazwe sesamukele izingane ezingu-88 ngoKhisimusi.

Isibhedlela iChris Baragwanath yiso esihamba phambili ngezingane ezingu-16, ezingu-9 kulezi zingamantombazane ezibelethwe kuso.

UNgqongqoshe Gwen Ramokgopa uvakeshele esibhedlela iKalafong, e-Atteridgeville, entshonalanga yePitoli eyodlulisa umoya waKhisimusi komama bezingane ezizalwe ngalolu suku.

OLUNYE UDABA:Kuzalwe izingane ezingu-50 ezibhedlela eLimpopo

Ufisele zonke izingane impilo ende futhi enhle.

"Sithanda ukubonga bonke abasebenzi bezempilo abasebenzayo ezibhedlela, emtholampilo, abosizo lokuqala kanjalo nasemahhovisi ezempilo. Ngifisela bonke abantu bakuleli ikakhulukazi baseGauteng uKhisimusi omuhle namuhla."

ELimpopo, isifundazwe samukele izingane ezingu-58, eyokuqala ibelethwe ngezithuba zabo-00:20 esibhedlela iMankweng, eduzane nasePolokwane.

UNgqongqoshe uPhophi Ramathuba ubongele bonke omama wabafisela noKhisimusi omuhle.

 - TWITTER:

 - EWN

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.