Igcine ishonile ingane ebinesisindo esingu-525g

2017-02-03 16:01

Kimberley - ULee-Anne Adonis, ingane "eyisimangaliso" ezalwe ngaphambi kwesikhathi, ushone ngoLwesihlanu ekuseni, kubika iNetwerk.

Le ngane yazalwa ngomhlaka-12 Januwari inamasonto aphakathi kwangu-22 nang-25, inesisindo esingu-525g.

OLUNYE UDABA: Kushone usana ngemuva kokufakwa yizingane esitofini

U-Antoinette Adonis ongumama wayo ubezoya eBloemfontein lapho obekulele khona uLee-Anne, esuka eKimberley ngoLwesihlanu ebusuku.

Okhulumela abeMediclinic Bloemfontein, uBarbara Steenkamp, uqinisekise ukushona kukaLee-Anne ngezithuba zabo-21:15 ngenxa yenkinga emathunjini.

Abantu abaningi babefuna ukusiza u-Antoinette ngokumhambisa eBloemfontein eyobona ingane yakhe.

Ingane ka-Antoinette wayibelethela kwi-ambulensi eyayisendleleni eya eKakamas.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.