Igcinwe endaweni ephephile ingane eyayinukubezwa ukuze ithole ukudla

2017-11-01 11:00

Cape Town – Intombazane eneminyaka emihlanu ubulala okukholakala ukuthi yanukubezwa ngamadoda ukuze ithole okuya ngasethunjini, isigcinwe endaweni ephephile.

Lokhu kuvezwe wuMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi futhi lolu daba seludluliselwe emaphoyiseni.

Okhulumela umnyango uSihle Ngobese uthe basezinhlelweni zokutholela le ngane ikhaya ezohlala kulo unomphelo.

“Osonhlalakahle bacele abophiko lodlame lwasemndenini, ukuvikeleka kwezingane kanye namacala ocansi emaphoyiseni ukuba luphenye ngezinsolo zokunukubezwa kwale ngane,” kusho uNgobese.

OLUNYE UDABA: Liboshiwe ibhungu elibonakala libhonya intombazane kwi-video esikoleni

Umakhelwane wale ngane ohlala emijondolo yaseDie Gatjie, eDiep River, uthe le ngane yalaxazwa ngunina emasontweni ambalwa edlule.

Kukholakala ukuthi le ngane ibiziphilisa ngokuthi ivumele amadoda ahlukahlukene kule ndawo ukuba alale nayo ukuze izothola ukudla. Lokhu kwaqhubeka isikhathi eside, kwaze kwaba wukuthi umakhelwane uyayithatha.

Umama wayo kuthiwa ungumqwayizi owaziwayo endaweni.

Umakhelwane nguye ocele abephephandaba iDaily Voice bangenelele njengoba ubengasakwazi ukuthi anakekele le ngane kanye nezingane zakhe.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.