Igwetshiwe indoda ebanjwe izama ukudayisa iziqhumane

2017-08-04 07:01

Mahikeng - Inkantolo yaseNorth West igixabeze indoda ngeminyaka eyisikhombisa ejele ngokutholakala neziqhumane ezingekho emthethweni, kusho amaphoyisa ophiko loKlebe.

INkantolo yeMantshi yaseKlerksdorp igwebe uRashid Hassan, 34, ngoLwesibili wangomhlaka-1 Agasti, kusho Captain Tlangelani Rikhotso.

OLUNYE UDABA: Kutholake iziqhumane esikhwameni emathuneni

URashid waboshwa egaraji lakwaSalo eKlerksdorp ngoDisemba. Uwayezama ukudayisa iziqhumane namakhemikhali asetshenziselwa ukwakha iziqhumane.

Kuboshwe nabanye abantu ababili kanye noRashid, oneminyaka engu-19 nengu-34 ubudala.

Inhloko yoKlebe eNorth West, uMajor-General Linda Mbana, ishayele ihlombe abaphenyi ngomsebenzi wabo omuhle.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.