Igwetshiwe indoda eyabulala i-ex eW Cape

2018-04-04 12:30

Cape Town - INkantolo eNkulu yaseWestern Cape igwebe indoda yaseKnysna iminyaka engu-25 ibhadle ejele ngokubulala owesifazane owayeyintombi yayo.

UShantel Zeelie wabulawa ngoJanuwaro 2009. U-Eugene Stander waboshwa walahlwa yicala lokubulala.

OLUNYE UDABA:Lihlehlile icala le-ex esolwa ngokuzama ukubulala

Ngesikhathi kuqhubeka ukuqulwa kwecala lakhe inkantolo yalalela ukuthi uStander waklinya uZeelie ngomhlaka-5 Januwari 2009.

Isidumbu sikaZeelie satholwa ngosuku olulandelayo ngemuva kwamahorta ambalwa abazali bakhe bebike ukuthi udukile.

INational Prosecuting Authority yamukele isigwebo.


 - EWN

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.