Igwetshiwe indoda eyabulala intombi eN Cape

2017-07-30 09:32

Kimberley – Igixabezwe ngesigwebo seminyaka engu-28 ibhadle ejele indoda eneminyaka engu-28 ubudala ngokubulala intombi yayo ngo-2015 eSpringbok, kusho amaphoyisa aseNorthern Cape ngoMgqibelo.

UFrederick Paulus ugwetshwe eNkantolo yesiFunda eSpringbok, kusho uLieutenant Colonel Dimakatso Mooi esitatimendeni ngoMgqibelo.

OLUNYE UDABA:Kuboshwe isoka ngezinsolo zokubulala intombi eyi-albino e-KZN

"UPaulus wathatha umufi balula naye izinyawo ezintabeni eVaalwater Besig eSpringbok.

"Ngesikhathi besalapho ezintabeni kwaqubuka ingxabano phakathi kwabo bobabili, uPaulus wagwaza umufi waze wamnquma noqhohqoqho washiya isidumbu kanjalo," kusho uMooi.

Uthe isidumbu sentombi esasonakele satholwa sekuphele izinsuku ezine ngemuva kokuba umndeni wakhe ubikele amaphopyisa ngokuduka kwakhe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.