Ihambe kahle inkomfa yokukhetha ubuholi obusha beGreater KwaDukuza

2018-05-08 14:02

Ayabanga nazihibe inkomfa yokukhetha ubuholi obusha bukaKhongolose ebibanjelwe eSalt Rock eBallito ngemplesonto.

Le nkomfa ithathe izinsuku ezimbili lapho bekukhethwa kabusha ubuholi begatsha le-Greater KwaDukuza.

URicardo Mthembu usigcinile isikhundla sakhe njengoSihlalo walesi sikhundla uzwakalise injabulo yakhe ngemuva kokukhishwa kwemiphumela ngoNgqibelo.

Ekhuluma nabezindaba, uMthembu uthe bazozama ngayo yonke indlela ukuthi kusetshenzwe ngokubambisana nangokuzimisela ukuze kuthuthukiswe impilo yabantu.

OLUNYE UDABA:'Akasoze abuyela kwi-ANC uMalema'

Le nkomfa ibihanjelwe ngabaholi besikhashana besifundazwe sakwaZulu-Natal ukuzokweseka ozakwabo kulo mbutho kanye nokuqinisekisa ukuthi konke kuhamba ngokohlelo.

USihle Zikalala uthe kubalulekile ukuqinisa ubombano kusukela emagatsheni ale nhlangano, nokuyinto ezokwenza uKhongolose udlondlobale futhi ubuyise ithemba ebantwini.

Uthe akuphele ukungezwani nokubulalana kule nhlangano. UZikalala uhalalisele ubuholi obusha baleli gatsha.

Ubuholi obusha Greater KwaDukuza:

Ricardo Mthembu – USihlalo

Khonza ngidi – Usekela sihlalo

Musa Zondi - uNobhala

Matozi Khuzwayo - Usekela Nobhala

Thulani Ntuli - uMgcinimafa

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.